KUXWAYISWA abafuna umsebenzi eMnyangweni weMfundo KwaZulu-Natal ukuthi babe mehlo mane njengoba kubanjwe umkhonyovu wozama ukuqola abafuna umsebenzi wokuba ngothisha, ebaqola imali.